Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 6:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, uzibuthele kona; kuyakuba ngukudla kwakho nokwazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, ukubuthele kuwe; kuyakuba ngukudla kwakho nokwabo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Zithathele lonke uhlobo lokudla ukulondoloze, ukuze kube ngukudla kwenu nokwazo.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 6:21
9 Referans Kwoze  

Uyavula isandla sakho, usuthise ukufisa kwakho konke okuphilayo.


Onika inyama yonke ukudla, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?


Unika isilwane ukudla namazinyane amagwababa ekhala.


Indlela yabo mayibe mnyama, ishelele, ingelosi kaJehova ibaxoshe.


Impela izintaba ziyikhiphela ukudla, lapho kudlala khona zonke izilwane zasendle.


Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite