Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 6:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kuzo izinyoni ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nakuzo zonke izilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo, kuyakuza kuwe okubili kohlobo ngalunye ukuzigcina ziphila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kuzo izinyoni ngezinhlobo zazo, nakuzo izinkomo ngezinhlobo zazo, nakuzo izilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo kuzakufika kuwe ezimbili zezinhlobo zonke, ziphile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ungenise izinyoni ngezinhlobo zazo, nezilwane ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo, konke lokho kungene ngakubili ukuze kuphile.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 6:20
7 Referans Kwoze  

INkosi uNkulunkulu yasibumba ngomhlabathi zonke izilwane zasendle nezinyoni zonke zezulu; futhi waziletha ku-Adamu ukuze abone ukuthi uzoziqamba ngokuthini; nokuthi konke u-Adamu aziqamba ngakho konke okuphilayo, kwaba ngamagama azo.


Kodwa anithandi ukuza kimi, ukuze nibe nokuphila.


UNkulunkulu wababusisa, wathi kubo: Zalani, nande, nihlale emhlabeni, niwulime. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni.


Ezinyonini zezulu ngasikhombisa, iduna nensikazi; ukugcina imbewu iphila emhlabeni wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite