Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 UJosefa wafa, eneminyaka eyikhulu neshumi; bamgqumisa ngemithi, wafakwa ebhokisini eGibithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wayesefa uJosefa eneminyaka eyikhulu neshumi; bamgqumisa ngemithi, wafakwa ebhokisini eGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 UJosefa wafa eseqede iminyaka eyi-110, abantu bamgqumisa ngemithi, wayesefakwa ebhokisini lomngcwabo eGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:26
7 Referans Kwoze  

Ngemva kwalezi zinto uJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.


UJosefa wahlala eGibithe, yena nendlu kayise; uJosefa waphila iminyaka eyikhulu neshumi.


UJakobe wahlala iminyaka eyishumi nesikhombisa ezweni laseGibithe; Iyonke iminyaka kaJakobe yaba yiminyaka eyikhulu namashumi amane nesikhombisa.


UJakobe wathi kuFaro: “Izinsuku zeminyaka yokuhamba kwami ziyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu; oyise ezinsukwini zokuhambela kwabo.


UJosefa wafa kanye nabo bonke abafowabo naso sonke isizukulwane.


Lezi ziyizinsuku zeminyaka yokuhamba kuka-Abrahama azihambayo, iminyaka eyikhulu namashumi ayisithupha nanhlanu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite