Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMakiri indodana kaManase bazalelwa emathangeni kaJosefa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 waze wabona ngisho isizukulwane sesithathu sabantwana baka-Efrayimi; nabantwana bakaMakhiri indodana kaManase, wabagona ethangeni lakhe besanda kuzalwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:23
11 Referans Kwoze  

Abantwana bakwaMagiri indodana kaManase baya kwaGileyadi, balithatha, bawaxosha ama-Amori ayekulo.


Ngemva kwalokho uJobe waphila iminyaka eyikhulu namashumi amane, futhi wabona amadodana akhe namadodana akhe, izizukulwane ezine.


Wathi: “Bheka, incekukazi yami uBiliha, ngena kuye; uzobelethela emadolweni ami, ukuze nami ngizale naye.


Yebo, uyakubabona abantwana babantwana bakho, nokuthula phezu kuka-Israyeli.


Kwakukhona abaningi abesizwe sakwaManase; ngoba wayelizibulo likaJosefa; okungukuthi, uMagiri, izibulo likaManase, uyise kaGileyadi; ngokuba wayeyindoda yempi, ngalokho waba nelakwaGileyadi neBashani.


UMose wabanika abantwana bakwaGadi, nabantwana bakwaRubeni, nenxenye yesizwe sakwaManase, indodana kaJosefa, umbuso kaSihoni, inkosi yama-Amori, nombuso ka-Ogi, inkosi yaseBashani, izwe nemizi yalo emikhawulweni, imizi yezwe nxazonke.


Uyise wala wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi lokhu; kodwa ngempela, umfowabo omncane uyakuba mkhulu kunaye, nenzalo yakhe iyoba uquqaba lwezizwe.


Amehlo akhe ayakubabomvu yiwayini, namazinyo akhe amhlophe ngobisi.


UJosefa wahlala eGibithe, yena nendlu kayise; uJosefa waphila iminyaka eyikhulu neshumi.


Oonyana bakaManase ngu u-Asiriyeli amzalayo; kepha isancinza sakhe, umAramu, sazala uMagire, uyise kaGileyadi.


Abazukulu bangumqhele wabantu abadala; nenkazimulo yabantwana ingoyise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite