Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UJosefa wayala izinceku zakhe, inyanga, ukuba zigqumise uyise ngomzimba;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UJosefa wayala izinceku zakhe izinyanga ukuba zimgqumise uyise ngemithi; izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wayeseyala izinceku zakhe eziyizinyanga ukuba zigqumise isidumbu sikayise ngemithi. Izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:2
10 Referans Kwoze  

Bammbela emathuneni akhe ayemenzele wona emzini kaDavide, bamlalisa embhedeni ogcwele iziqholo nezinhlobo zonke zamakha alungiselwe ubuciko babathaki; futhi bamenzela umlilo omkhulu kakhulu.


UJosefa wafa, eneminyaka eyikhulu neshumi; bamgqumisa ngemithi, wafakwa ebhokisini eGibithe.


Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe.


Ngokuba ngokuthela lawa mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungcwatshwa kwami.


Khona uJesu wathi: “Myekeni;


Kwathi ngolokuqala lweviki, kusesekuseni kakhulu, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile, labanye kanye labo.


Wenze abengakwenza; useze wagcobela umzimba wami ukungcwatshwa.


U-Esawu wamzonda uJakobe ngenxa yesibusiso uyise ambusise ngaso; u-Esawu wathi enhliziyweni yakhe: “Izinsuku zokulilela ubaba sezisondele; khona ngizambulala umfowethu uJakobe.


UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite