Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 49:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kwathi uJakobe eseqedile ukuyala amadodana akhe, wabuthela izinyawo zakhe embhedeni, wafa, wabuthelwa kanye labantu bakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 UJakobe eseqedile ukuyala amadodana akhe waqoqela izinyawo zakhe embhedeni, wagqibuka, wabuthelwa kubantu bakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Lapho uJakobe eseqedile ukukhuluma namadodana akhe, wagoqa izinyawo wazikhweza embhedeni, waphuma umphefumulo, wangcwatshwa nabakubo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 49:33
22 Referans Kwoze  

Futhi wabayala wathi kubo: Kufanele ngibuthelwe kubantu bami; ngimbeleni kobaba emhumeni osensimini ka-Efroni umHeti;


U-Abrahama wayesephuma umphefumlo, wafa esemdala, esemdala, esanelisiwe yizinsuku; wabuthelwa kubantu bakhe.


Lomhlangano omkhulu lebandla lamazibulo alotshiweyo ezulwini, lakuNkulunkulu uMahluleli wabo bonke, lemimoya yabalungileyo abapheleliswayo,


Ngokholo uJosefa esefile wakhuluma ngokuphuma kwabantwana bakoIsrayeli; walaya ngamathambo akhe.


UJakobe wehlela eGibithe, wafa, yena nawobaba bethu;


Manje, Nkosi, uyayiyeka inceku yakho ihambe ngokuthula njengezwi lakho.


Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.


Ngokuba ngiyazi ukuthi uyakungiyisa ekufeni nasendlini emiselwe bonke abaphilayo.


Kodwa umuntu uyafa aduke; yebo, umuntu unikela esinyeni, kanti uphi?


Uyakufika ethuneni usumdala, njengesikhwebu sikakolweni ngesikhathi saso.


UJakobe wabiza amadodana akhe, wathi: “Buthanani, ukuze nginitshele okuyakwenzeka kini ezinsukwini zokugcina.


U-Isaka wafa, wabuthelwa kubantu bakubo, esemdala, eseneminyaka eminingi; amadodana akhe o-Esawu noJakobe bammbela.


Futhi yile minyaka yokuphila kuka-Ishmayeli, iminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa; wabuthelwa kubantu bakhe.


Wamkhiphela ngaphandle, wathi: “Bheka isibhakabhaka, ubale izinkanyezi, uma ungazibala; wathi kuye: Iyakuba njalo inzalo yakho.


Isiqephu sezwe nomhume okuso kwathengwa kubantwana bakwaHeti.


UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga.


U-Elisha wagula ngenxa yokugula afa ngakho. UJowashi inkosi yakwa-Israyeli wehlela kuye, wakhala izinyembezi ebusweni bakhe, wathi: “Baba, baba, nqola ka-Israyeli nabamahhashi bakhe!


U-Elisha wafa, bammbela. Amaviyo akwaMowabi afika ezweni ekuqaleni komnyaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite