Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 49:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Bonke laba bayizizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli; futhi yilokhu uyise akukhuluma kubo wababusisa; wababusisa kwaba yilowo nalowo ngokwesibusiso sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Bonke labo bayizizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli; yilokhu uyise akukhuluma kubo, wababusisa; wababusisa, kwaba yilowo ngokwesibusiso sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Bonke laba yizizwana ezili-12 zakwa-Israyeli. Yilokho uyise akukhuluma ngesikhathi ebabusisa, ebusisa yilowo nalowo ngesibusiso esimfaneleyo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 49:28
16 Referans Kwoze  

Ngasengisizwa isibalo sababekwa uphawu, kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane ezizweni zonke zabantwana bakwa-Israyeli.


Ezithemba ukufika kuso izizwe eziyishumi nambili zakithi, zikhonza uNkulunkulu masinyane imini nobusuku; Ngenxa yalelithemba, nkosi Agripha, ngimangalelwa ngabaJuda.


Lapho inkosi yanika abaJuda ababekuyo yonke imizi ukuba babuthane, bamele ukuphila kwabo, ukuba bachithe, babulale, bachithe onke amandla abantu nezifunda ezaziyakubahlasela, abancane nabesifazane, ukuthatha impango yabo ibe yimpango,


Ababhali benkosi basebebizwa ngaleso sikhathi ngenyanga yesithathu eyinyanga kaSivani ngosuku lwamatshumi amabili lantathu lwayo; kulotshiwe njengakho konke uMoridekayi ayala ngakho amaJuda, nezinduna, nezinduna, nababusi bezifunda, kusukela eNdiya kuze kube seKushe, izifunda eziyikhulu namashumi amabili nesikhombisa esifundazweni ngasinye njengokuloba kwaso, bonke abantu ngolimi lwabo, nakumaJuda ngokokuloba kwabo nangokwezilimi zabo.


Inkosi u-Ahashiveroshi yathi ku-Esteri indlovukazi nakuMoridekayi umJuda: “Bhekani, ngimnike u-Esteri indlu kaHamani, bamphanyeka esigxotsheni, ngokuba welulela isandla sakhe kumaJuda.


U-Eliya wathatha amatshe ayishumi nambili ngokwenani lezizwe zamadodana kaJakobe okwafika kuye izwi likaJehova lathi: “Igama lakho liyakuba ngu-Israyeli.”


Bheka, abantu bayakuvuka njengengonyama enkulu, baziphakamise njengebhongo lengonyama;


U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, kubo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekile, ngiyabingelela.


Amatshe ayakuba njengamagama abantwana bakwa-Israyeli, ishumi nambili ngokwamagama abo, njengokuqoshwa kophawu; kube yileso naleso negama laso ngokwezizwe eziyishumi nambili.


UBenjamini uklebhula njengempisi; ekuseni uyakushwabadela impango, ebusuku ahlukanise impango.


Futhi wabayala wathi kubo: Kufanele ngibuthelwe kubantu bami; ngimbeleni kobaba emhumeni osensimini ka-Efroni umHeti;


Lesi yisibusiso uMozisi, umuntu kaNkulunkulu, abusisa ngaso abantwana bakoIsrayeli engakafi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite