Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 49:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wabona ukuthi ukuphumula kuhle, nezwe limnandi; wagoba ihlombe lakhe ukuba athwale, waba yisigqila sokutheliswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wabona indawo yakuphumula ukuthi inhle, nezwe ukuthi limnandi; wafolisa ihlombe ukuba athwale, waba yinceku yempoqo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Uzothi angabona ukuthi izwe lihle, liyindawo yokuphumula, athobise ihlombe lakhe, ukuze athwale umthwalo, aphenduke isigqila esingakhokhelwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 49:15
10 Referans Kwoze  

Ngokuba babopha imithwalo enzima, bayibeke emahlombe abantu; kodwa bona ngokwabo abafuni ukuwanyakazisa nangomunwe wawo.


Ndodana yomuntu, uNebukadinesari inkosi yaseBabele wenza impi yakhe yasebenza inkonzo enkulu phezu kweTire; kepha wayengenamvuzo nebutho lakhe leTire ngomsebenzi ayenawo. Inikezwe ngokumelene:


Ngasusa ihlombe lakhe emthwalweni; izandla zakhe zasindiswa ezimbizeni.


Kwathi inkosi ihlezi endlini yayo, uJehova wayinika ukuphumula ezitheni zayo zonke;


Izwe laba nokuphumula iminyaka engamashumi amane. U-Otheniyeli indodana kaKenazi wafa.


Igama leHebroni laliyiKiriyati-Arba kuqala; u-Arba wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula empini.


U-Isakare uyimbongolo enamandla elele phakathi kwemithwalo emibili;


Khona-ke abantu bayo bayokwahlulela njengesinye sezizwe zakwa-Israyeli.


Isandla sabakhutheleyo siyabusa, kepha ivila liyakutheliswa.


Khona i-Asiriya liyakuwa ngenkemba, kungabi ngeqhawe; nenkemba engesiye eyomuntu iyakumqeda; kodwa uyobalekela inkemba, nezinsizwa zakhe ziyokwesaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite