Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 48:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UJosefa wayesebabamba bobabili, u-Efrayimi ngesandla sakhe sokunene ngakwesokhohlo sika-Israyeli, noManase ngesokhohlo, ngakwesokunene sika-Israyeli, wabaletha kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UJosefa wayesebathatha bobabili, u-Efrayimi ngesokunene, engakwesokhohlo sika-Israyeli, noManase ngesokhohlo, engakwesokunene sika-Israyeli, wabasondeza kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UJosefa wawathatha womabili, u-Efrayimi engakwesokunene eqondene nesokhohlo sika-Israyeli, uManase engakwesokhohlo eqondene nesokunene sika-Israyeli, wawasondeza kuye.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 48:13
6 Referans Kwoze  

UJosefa wayesebakhiphela phakathi kwamadolo akhe, wakhothamela ubuso bakhe emhlabathini.


U-Israyeli welula isandla sakhe sokunene wasibeka ekhanda lika-Efrayimi engomncane, nesandla sakhe sokhohlo ekhanda likaManase, eqondisa izandla zakhe ngokuhlakanipha; ngoba uManase wayelizibulo.


UJosefa waqamba izibulo ngokuthi uManase, ngokuba wathi uNkulunkulu ungenze ngakhohlwa konke umshikashika wami nayo yonke indlu kababa.


UJosefa wazalelwa ezweni laseGibithe oManase no-Efrayimi, amzalela bona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.


Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo kwakunguManase no-Efrayimi.


Iyakumisa izimvu ngakwesokunene sayo, kodwa izimbuzi ngakwesokhohlo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite