Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 48:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi emva kwalezi zinto omunye wathi kuJosefa: Bheka, uyihlo uyagula; wathatha amadodana akhe amabili, oManase no-Efrayimi, kanye naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi emva kwalezo zinto kwathiwa kuJosefa: “Bheka, uyihlo uyagula.” Wayesethatha amadodana akhe omabili, oManase no-Efrayimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Emveni kwalezo zinto uJosefa wathola umbiko othi: “Uyihlo uphathekile.” Wayesethatha amadodana akhe omabili uManase no-Efrayimi ukuyombona.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 48:1
12 Referans Kwoze  

Ngakho odadewabo bathumela kuye, besithi: Nkosi, khangela, omthandayo uyagula.


Yebo, uyakubabona abantwana babantwana bakho, nokuthula phezu kuka-Israyeli.


UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.


UJosefa wazalelwa ezweni laseGibithe oManase no-Efrayimi, amzalela bona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.


Ngemva kwalokho uJobe waphila iminyaka eyikhulu namashumi amane, futhi wabona amadodana akhe namadodana akhe, izizukulwane ezine.


Ngokukholwa uJakobe esezakufa wabusisa amadodana kaJosefa omabili; wakhuleka encika esihlokweni sodondolo lwakhe.


UJakobe watshelwa, kwathiwa: “Bheka, indodana yakho uJosefa iyeza kuwe; u-Israyeli wamqinisa, wahlala embhedeni.”


Manje amadodana akho amabili, u-Efrayimi noManase, owazalelwa wona ezweni laseGibithe ngingakafiki kuwe eGibithe, angawami; njengoRubeni noSimeyoni bayakuba ngabami.


Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, uManase no-Efrayimi; ngalokho amaLevi akawanikanga isabelo ezweni, kuphela imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zawo, nempahla yawo.


U-Elisha wagula ngenxa yokugula afa ngakho. UJowashi inkosi yakwa-Israyeli wehlela kuye, wakhala izinyembezi ebusweni bakhe, wathi: “Baba, baba, nqola ka-Israyeli nabamahhashi bakhe!


U-Elisha wafa, bammbela. Amaviyo akwaMowabi afika ezweni ekuqaleni komnyaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite