Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 47:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJosefa waqoqa yonke imali eyatholwa ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani kakolweni ababewuthenga, uJosefa wayingenisa imali endlini kaFaro.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJosefa waqoqa yonke imali eyatholakala ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani ngamabele ababewathengile; uJosefa wayiyisa imali endlini kaFaro.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 UJosefa waqoqa yonke imali eyayitholakala eGibhithe, neseKhanani, abantu ababeza ukuzothenga ngayo ukudla. Yonke leyo mali wayiyisa endlini kaFaro.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 47:14
8 Referans Kwoze  

Indlala yaba phezu komhlaba wonke; uJosefa wavula zonke iziphala, wathengisela amaGibhithe; indlala yaba nzima ezweni laseGibithe.


Njengalokho yilowo nalowo isipho asamukeleyo, khonzanani ngaso njengabaphathi abalungileyo bomusa omkhulu kaNkulunkulu.


Futhi kuyadingeka kubaphathi, ukuthi umuntu afunyanwe ethembekile.


Kwathi imali isingekho ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani, bonke abaseGibithe beza kuJosefa, bathi: “Siphe isinkwa, ngokuba siyakufelani phambi kwakho na?” ngoba imali iyahluleka.


Amazwe onke afika kuJosefa eGibithe ukuthenga ukolweni; ngoba indlala yayinzima emazweni wonke.


Ogodla ukolweni, abantu bayamqalekisa; kepha isibusiso siyakuba sekhanda lothengisayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite