Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Lawa angamadodana kaZilipa uLabani awanika uLeya indodakazi yakhe, awazalela wona uJakobe, imiphefumulo eyishumi nesithupha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Yilawo angamadodana kaZilipa uLabani amnika yena uLeya indodakazi yakhe; wamzalela wona uJakobe, abantu abayishumi nesithupha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Yilawo-ke amagama amadodana ayeyi-16 kaZilipha, awazalela uJakobe. ULabani wayenike uLeya indodakazi yakhe uZilipha ukuba abe yisisebenzi sakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:18
6 Referans Kwoze  

ULabani wanika indodakazi yakhe uLeya, incekukazi yakhe uZilipa, ibe yisigqila.


uDani noNafetali, uGadi no-Asheri.


Amadodana kaZilipa, incekukazi kaLeya; ngoGadi no-Asheri; yilawo angamadodana kaJakobe azalelwa wona ePhadani Aramu.


Amadodana ka-Asheri: UJimna, noJisuwa, noIshivi, noBeriya, noSeraki, udadewabo; namadodana kaBeriya; uHebere noMalikiyeli.


Amadodana kaRaheli umkaJakobe; uJosefa noBenjamini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite