Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Amadodana ka-Asheri: UJimna, noJisuwa, noIshivi, noBeriya, noSeraki, udadewabo; namadodana kaBeriya; uHebere noMalikiyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Amadodana ka-Asheri: ngoJimna, no-Ishiva, no-Ishivi, noBeriya, kanye noSera udadewabo; amadodana kaBeriya: ngoHebere noMalikiyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Amadodana ka-Asheri: kwakungu-Imna, u-Ishiva, u-Ishivi, uBheriya, noSera udadewabo. Amadodana kaBheriya: kwakunguHebhere noMalikhiyeli.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:17
10 Referans Kwoze  

Ku-Asheri isinkwa sakhe siyakuba ngamanoni, futhi uyonika izibiliboco zasebukhosini.


Wayesethi uLeya: “Ngiyajabula, ngokuba amadodakazi ayakuthi ngibusisiwe; waqamba igama layo ngokuthi u-Asheri.


uDani, noJosefa, noBenjamini, noNafetali, noGadi, no-Asheri.


Ngo-Asheri wathi: “U-Asheri makabusiswe ngabantwana; makathandeke kubafowabo, agcobhoze unyawo lwakhe emafutheni.


Kwa-Asheri; uPagiyeli indodana ka-Okirani.


Amadodana kaZilipa, incekukazi kaLeya; ngoGadi no-Asheri; yilawo angamadodana kaJakobe azalelwa wona ePhadani Aramu.


Lawa angamadodana kaZilipa uLabani awanika uLeya indodakazi yakhe, awazalela wona uJakobe, imiphefumulo eyishumi nesithupha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite