UGenesise 46:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Lawa angamadodana kaLeya awazalela uJakobe ePhadani Aramu kanye nendodakazi yakhe uDina; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Yilawo angamadodana kaLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu kanye noDina indodakazi yakhe; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu. Gade chapit laIsiZulu 202015 Yilawo-ke amagama amadodana uLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu, noDina indodakazi yakhe. Esewonke amadodana namadodakazi kaJakobe ayengama-33. Gade chapit la |