Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Amadodana kaSimeyoni: ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule, indodana yowesifazane waseKhanani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Amadodana kaSimeyoni kwakunguJemuweli, uJamini, u-Ohadi, uJakhini, uZoha noShawule, owayezalwa ngowesifazane ongumKhanani.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:10
14 Referans Kwoze  

Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani; lezi ziyizizukulwane zikaSimeyoni.


Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Ngokuba uJehova ezwile ukuthi ngiyazondwa, wanginika le ndodana; waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.


Laba bangabantwana bakoIsrayeli; oRubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni,


KuSimeyoni; uShelumiyeli indodana kaSurisadayi.


UJakobe wayesethi kuSimeyoni noLevi: “Ningethusile, ngokungenza nginuke phakathi kwabakhileyo ezweni, phakathi kwamaKhanani namaPherizi; futhi ngimbalwa ngenani, bazongibuthanela futhi bangibulale; ngiyakuchithwa, mina nendlu yami.


Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu.


U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani.”


Amadodana kaRubeni: uHanoki, noFalu, noHezironi, noKarmi.


Amadodana kaLevi ngu uGereshoni, noKohati, noMerari.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite