Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 45:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kumelwe nitshele ubaba ngayo yonke inkazimulo yami eGibhithe nangakho konke enikubonile; futhi kufanele nisheshe nehlise ubaba lapha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Niyakumlandisa ubaba yonke inkazimulo yami eGibithe, nakho konke enikubonileyo, nisheshe nehlise ubaba, nimlethe lapha.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Nimbikele ubaba ngakho konke ukuhlonipheka kwami eGibhithe, nangakho konke enikubonileyo, bese nisheshe nimehlisa eze lapha.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 45:13
5 Referans Kwoze  

UJosefa wayesethuma wabiza uJakobe uyise, nezihlobo zakhe zonke, abantu abangamashumi ayisikhombisa nanhlanu.


Umuzi awudingi ilanga nenyanga ukuba kukhanye kuwo, ngokuba inkazimulo kaNkulunkulu iyawukhanyisa, nokukhanya kwawo iWundlu.


Baba, ngithanda ukuba labo onginike bona nabo babe nami lapho ngikhona; ukuze babone inkazimulo yami onginike yona, ngokuba wangithanda kungakasekelwa umhlaba.


Bhekani, amehlo enu ayabona, namehlo omfowethu uBenjamini ukuthi ngumlomo wami okhuluma kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite