Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 45:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bhekani, amehlo enu ayabona, namehlo omfowethu uBenjamini ukuthi ngumlomo wami okhuluma kini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Bhekani, amehlo enu ayabona kanye namehlo omfowethu uBenjamini ukuthi yiwo umlomo wami okhuluma kinina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Nani niyazibonela, ngisho nomnawami uBhenjamini uyazibonela ukuthi yimina mathupha uJosefa osho lawa mazwi kini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 45:12
5 Referans Kwoze  

Kodwa babengazi ukuthi uJosefa wayebazwisisa; ngoba wayekhuluma kubo ngomhumushi.


Khona wathi kuTomase: Letha lapha umunwe wakho, ubone izandla zami; letha isandla sakho, usifake ohlangothini lwami, ungabi ngongakholwayo, kodwa okholwayo.


Bhekani izandla zami nezinyawo zami ukuthi yimina uqobo; ngokuba ithongo alinanyama namathambo, njengokuba ningibona nginakho.


Futhi lapho ngiyakunondla; ngoba kusasele iminyaka emihlanu yendlala; ukuthi wena nendlu yakho nakho konke onakho, ningaweli ebumpofu.


Kumelwe nitshele ubaba ngayo yonke inkazimulo yami eGibhithe nangakho konke enikubonile; futhi kufanele nisheshe nehlise ubaba lapha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite