Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bathi kuye: “Inkosi yami ikhulumelani lawa mazwi na?” UNkulunkulu makube kude nezinceku zakho ukwenza njengalokhu:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ayesethi kuyo: “Inkosi yami ikhulumelani amazwi anjengalawa? Akube kude nezinceku zakho ukwenze njalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ayesethi kuyo: “Kungani inkosi yami ikhulume amazwi anjengalawa na? Zingayenza kanjani izinceku zakho into efana naleyo na?

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:7
12 Referans Kwoze  

Sikhulekeleni, ngokuba siyethemba ukuthi sinonembeza omuhle, sithanda ukuhamba kahle ezintweni zonke.


Igama elihle lingcono kunamafutha amahle; nosuku lokufa njengosuku lokuzalwa komuntu.


Igama elihle lingcono ukukhetha kunengcebo eningi, nomusa kunesiliva negolide.


UHasayeli wasesithi: Kodwa inceku yakho iyini, iyinja, ukuthi yenze le into enkulu? U-Elisha wathi: “UJehova wangibonisa ukuthi uyakuba yinkosi e-Aramu.


UJowabe waphendula wathi: “Kukude, kukude nami ukuba ngidle noma ngichithe.”


U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;


Wabafica, wakhuluma lawo mazwi kubo.


Bheka, imali esayifumana emaphaketheni ethu sayibuyisela kuwe sivela ezweni laseKhanani; pho, besingeba kanjani isiliva negolide endlini yenkosi yakho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite