Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Uma ebona ukuthi umfana akekho kithi, uzokufa; izinceku zakho ziyakwehlisela izinwele ezimpunga zenceku yakho, ubaba ethuneni ngosizi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 kuzakuthi lapho ebona ukuthi umfana akakho, afe, izinceku zakho zibe zehlisela endaweni yabafileyo izimvi zenceku yakho ubaba ngosizi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 kuyothi lapho ibona ukuthi umfana akekho, ivele ife. Izinceku zakho ziyokuba yimbangela yokwehlisela le mpunga kwelabafileyo inomunyu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:31
8 Referans Kwoze  

Futhi uma futhi nikususa kimi futhi ehlelwa okubi, niyokwehlisela izinwele zami ezimpunga endaweni yabafileyo ngokudabuka.


Onke amadodana akhe nawo onke amadodakazi akhe asuka ukumduduza; kepha wala ukududuzwa; wathi: “Ngokuba ngiyakwehlela endaweni yabafileyo ngilila indodana yami.” Ngakho uyise wamkhalela.


Kepha angithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenathemba.


Ngokuba ukudabuka okuya ngokukaNkulunkulu kuveza ukuphendukela ekusindisweni okungaphenduki kukho, kepha ukudabuka kwezwe kuveza ukufa.


UDavide wayesethi ku-Abiyathara: “Ngangazi ngalolo suku lapho uDowegi wakwa-Edomi elapho, ukuthi wayeyakusho nokusho kuSawule ukuthi: “Ngabulala bonke abantu bendlu kayihlo.


Wayesethi: “Indodana yami ayinakwehla nani; ngoba umfowabo ufile, yena usesele yedwa; uma emehlelwa okubi endleleni enihamba ngayo, niyokwehlisela izimvi zami endaweni yabafileyo ngosizi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite