Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Sathi enkosini yami: ‘Sinobaba ixhegu, nomntwana wobungane bakhe omncane; umfowabo wafa, yena wasala yedwa kunina, uyise wamthanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Sase sithi enkosini yami: ‘Sinobaba, ixhegu, nomntwana wobuxhegu bakhe omncane; umnewabo ufile, usesele yedwa kwabakanina; uyise uyamthanda.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Sathi enkosini yami: ‘Sinaye ubaba osekhulile, nendodana esencane ayizala esegugile. Umfowabo sewafa, sekusele yona yodwa esiswini sikanina futhi uyise uyayithanda.’

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:20
12 Referans Kwoze  

U-Israyeli wamthanda uJosefa ngaphezu kwabo bonke abantwana bakhe, ngokuba wayeyindodana yobudala bakhe; wamenzela ingubo enemibala eminingi.


Wayesethi: “Indodana yami ayinakwehla nani; ngoba umfowabo ufile, yena usesele yedwa; uma emehlelwa okubi endleleni enihamba ngayo, niyokwehlisela izimvi zami endaweni yabafileyo ngosizi.


Esesondela ngasesangweni lomuzi, bheka, kwakukhona ofileyo ekhishelwa phandle, indodana eyodwa kanina, yena engumfelokazi, nabantu abaningi bomuzi babe naye.


Juda, wena oyakubabonga abafowenu; isandla sakho siyakuba sentanyeni yezitha zakho; abantwana bakayihlo bazakukhothamela.


Amadodana kaBhenjamini kwakunguBhela, noBhegeri, no-Ashibeli, noGera, noNahamani, no-Ehi, noRose, noMuphimi, noHupimi, no-Ardi.


Uyise uJakobe wayesethi kubo: “Nginiphucile abantwana bami; UJosefa akasekho, noSimeyoni akasekho, nizomsusa noBenjamini; zonke lezi zinto zimelene nami.


Bathi: “Izinceku zakho ziyizelamani eziyishumi nambili, amadodana andodanye ezweni laseKhanani; bheka, encane ikubaba namuhla, enye ayikho.


Basebekhulumisana besithi: Khangelani, nangu umphuphi esiza.


Kwathi umphefumulo wakhe usaphuma, ngokuba wafa, waqamba igama layo ngokuthi uBenoni; kepha uyise wayiqamba ngokuthi uBenjamini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite