Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Base beklebhula izingubo zabo, kwaba yilowo nalowo wabothisa imbongolo yakhe, babuyela emzini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ayeseklebhula izingubo zawo, yileyo naleyo yethwesa imbongolo yayo, abuyela emzini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Base beklebhula izingubo zabo, bagibelisa imithwalo ezimbongolweni, babuyela emzini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:13
7 Referans Kwoze  

UDavide wathatha izingubo zakhe, waziklebhula; kanjalo nawo onke amadoda aye naye.


Khona-ke uThamari wathela umlotha ekhanda lakhe waklebhula ingubo yakhe emibalabala ayeyigqokile wabeka isandla sakhe ekhanda lakhe wakhala.


Kwathi ngosuku lwesithathu kwaphuma umuntu ekamu, izingubo zikaSawule eziklebhukile, enothuli ekhanda lakhe; lapho efika kuDavide, wawa phansi, wakhuleka.


UJoshuwa indodana kaNuni noKalebi indodana kaJefune ababephakathi kwabahlola izwe, baklebhula izingubo zabo.


Sebephumile emzini, bengakabi kude, uJosefa wathi kumphathi wakhe: “Sukuma, ulandele amadoda ngemuva; futhi uma ubafica, uthi kubo: “Kungani nibuyisela okubi ngokuhle na?”


Lapho ebuka, bheka, inkosi imi ngasetsheni lesikhumbuzo njengokwesimiso, nezikhulu nabamacilongo kanye nenkosi, nabantu bonke bezwe bajabula bebetha amacilongo; u-Athaliya waklebhula izingubo zakhe, wakhala, wathi: “Ngugobe!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite