Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 43:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Basebemlungisela yena yedwa, eyedwa, labaseGibhithe ababedla laye, bodwa, ngoba amaGibhithe ayengelakudla isinkwa lamaHebheru; ngoba kuyisinengiso kwabaseGibhithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bambekela ukudla ngokwakhe, nalabo ngokwabo, nabaseGibithe abadla naye ngokwabo, lokhu abaseGibithe bangedle namaHeberu, ngokuba kuyanengeka kubo abaseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Bamphakela yedwa, base bebaphakela nabo kanjalo, nabaseGibhithe ababedla naye babaphakela ngokwabo, lokhu abaseGibhithe babengeke badle namaHebheru, ngokuba kwakuyisinengiso kubo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 43:32
4 Referans Kwoze  

Wayesethi uMose: “Akulungile; ngoba siyakunikela okunengekayo kwabaseGibhithe eNkosini uNkulunkulu wethu; bheka, siyakunikela okunengekayo kwabaseGibithe phambi kwamehlo abo, bangasikhandi ngamatshe, na?


nithi: ‘Umsebenzi wezinceku zakho kwasebusheni bethu kuze kube manje wawunezinkomo, thina nawobaba, ukuze nihlale ezweni laseGosheni; ngoba bonke abelusi bayisinengiso kwabaseGibhithe.


UJosefa ebona uBenjamini enabo, wathi enduneni yendlu yakhe: “Buyisela lawa madoda ekhaya, uwabulale, uzilungise; ngoba lamadoda azakudla lami emini.


UJakobe wenza umhlatshelo entabeni, wabiza abafowabo ukuba badle isinkwa; badla isinkwa, bahlala entabeni ubusuku bonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite