UGenesise 43:30 - Contemporary Zulu Bible 202430 UJosefa washesha; ngoba izibilini zakhe zinxanela umfowabo, wadinga lapho angakhala khona; wangena ekamelweni lakhe, wakhala khona. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Wakhawuleza uJosefa, ngokuba ngaphakathi kwakhe kwavutha isihe ngomfowabo; wafuna lapho angakhala khona, wangena ekamelweni lakhe, wakhala khona. Gade chapit laIsiZulu 202030 UJosefa wathinteka kakhulu enhliziyweni yakhe lapho ebona umnawakhe, waphuma masinyane, wafuna indawo lapho angase akhale khona. Waya endlini yakhe, wakhala lapho. Gade chapit la |