Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 43:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Bathi: “Inceku yakho ubaba iphilile, isekhona; Bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Bathi-ke: “Inceku yakho ubaba isaphila, isekhona.” Bamkhothamela, bamkhonza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Bathi: “Inceku yakho ubaba ukhona, usaphila.” Baphinda bamkhothamela, bamkhulekela.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 43:28
8 Referans Kwoze  

Ngokuba bheka, besibopha izithungu ensimini, bheka, isithungu sami savuka, saqonda; bheka, izithungu zenu zema nxazonke, zakhothama phambi kwesithungu sami.


UJosefa esengenile endlini, amngenisa endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi phambi kwakhe.


Kwathi emva kokufa kukaJehoyada, izikhulu zakwaJuda zeza zakhuleka phambi kwenkosi. Inkosi yabalalela.


UBati Sheba wakhothama, wakhuleka phambi kwenkosi. Inkosi yasisithi: Ufunani?


UmkaThekhowa esekhuluma enkosini, wawa ngobuso emhlabathini, wakhothamela, wathi: “Siza, nkosi!


Kwathi ngosuku lwesithathu kwaphuma umuntu ekamu, izingubo zikaSawule eziklebhukile, enothuli ekhanda lakhe; lapho efika kuDavide, wawa phansi, wakhuleka.


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite