Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 43:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wababuza ukuphila kwabo, wathi: “Uyihlo, ixhegu enakhuluma ngalo, wenza kahle na? Usaphila?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Wabuza impilo yabo, wathi: “Usaphila uyihlo, ixhegu enanikhuluma ngalo, na? Usekhona na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Wawabuza impilo wathi: “Iphila kanjani indoda endala enguyihlo enangitshela ngayo na? Isawadla yini anhlamvana na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 43:27
12 Referans Kwoze  

Bathi: “Izinceku zakho ziyizelamani eziyishumi nambili, amadodana andodanye ezweni laseKhanani; bheka, encane ikubaba namuhla, enye ayikho.


Wathuma indodana yakhe uHadoramu enkosini uDavide ukuba ibuze ukuphila kwayo nokuyihalalisela, ngokuba yalwa noHadarezeri, yamnqoba; (ngokuba uHadadezeri walwa emelene neTowu) enezinhlobo zonke zezitsha zegolide nezesiliva nezethusi.


UDavida wasethuma amajaha alitshumi, uDavida wathi ezincekwini: Yenyukelani eKhameli, liye kuNabali, limkhonzele ebizweni lami.


UDavide wayishiya inqola yakhe esandleni sabalindi, wagijimela ebuthweni, wafika wabingelela abafowabo.


Aphambukela khona, afika endlini yensizwa, umLevi, endlini kaMika, ayibingelela.


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


Sonke singamadodana andodanye; singamadoda angempela, izinceku zakho azizona izinhloli.


UJosefa wamphendula uFaro, wathi: “Akukho kimi; uNkulunkulu uyakumphendula uFaro ngokuthula.”


Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi.


Bathi: “Lowo muntu wasibuza kahle ngesimo sethu nangendlu yethu, wathi: “Usekhona uyihlo na?” ninomunye umfowenu, samtshela ngokwalawa mazwi, sathi: “Siyazi ngempela ukuthi uzakuthi: Mehliseni umfowenu na?


Wayesethi uJosefa kubafowabo: “NginguJosefa; ubaba usaphila nabafowabo behluleka ukumphendula; ngoba babetshaywa luvalo phambi kobuso bakhe.


Gijimani nimhlangabeze, nithi kuye: ‘Uyaphila na? ukahle umyeni wakho? iyaphila ingane? Wathi: “Kuhle.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite