Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 43:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 UJosefa esengenile endlini, amngenisa endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi phambi kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 UJosefa esefike ekhaya, ayisa kuye endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Kwathi lapho uJosefa efika ekhaya, amadoda ethula isipho ayefike naso, aguqa ayesethi mbo ngobuso emhlabathini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 43:26
11 Referans Kwoze  

UJosefa wayengumbusi wezwe, wayethengisa kubo bonke abantu bezwe; bafika abafowabo bakaJosefa bakhothama phambi kwakhe ubuso babo bubheke phansi.


Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Kuphila kwami,” isho iNkosi, “amadolo onke ayakuguqa phambi kwami, nezilimi zonke ziyakudumisa uNkulunkulu.


Abantu mabakukhonze, izizwe zikhothame phambi kwakho; phatha abafowenu, amadodana kanyoko akhothamele; uqalekisiwe okuqalekisayo, ubusisiwe okubusisayo.


Abahlala ogwadule bayakukhuleka kuye; izitha zakhe ziyokhotha uthuli.


Bathi: “Inceku yakho ubaba iphilile, isekhona; Bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.


Wasedlula phambi kwabo wakhothamela emhlabathini kasikhombisa waze wasondela kumfowabo.


U-Israyeli uyise wayesethi kubo: “Uma kunjalo, kwenzeni; Thathani ezitsheni zenu izithelo ezinhle kakhulu zezwe, nilethe isipho kumuntu, ibhalisamu elincane nezinyosi ezincane, izinongo nomure, amakinati nama-alimondi;


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite