Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Kwathi besathulula izikhwama zabo, isikhwama semali salowo lalowo sasisekhukhwini lakhe; kwathi bona noyise bebona izikhwama zemali, besaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Kwathi sebethulula amasaka abo, bheka, isikhwama semali salowo nalowo sasisesakeni lakhe; lapho bona noyise bebona izikhwama zabo zemali, bashaywa luvalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Kuthe lapho sebethulula amasaka abo, bamangala bonke lapho bebona ukuthi isikhwama semali salowo nalowo sisesakeni. Lapho bona noyise bebona ukuthi isikhwama salowo nalowo sisesakeni lakhe, bashaywa wuvalo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:35
6 Referans Kwoze  

Lapho sifika endlini yezihambi, savula izikhwama zethu, bheka, imali yalowo nalowo yayisemlonyeni wesikhwama sakhe, imali yethu ngesisindo sayo; futhi sayibuyisela esandleni sethu.


Amadoda asethatha leso sipho, aphatha esandleni sawo imali ephindwe kabili, noBenjamini; wasukuma, wehlela eGibithe, wema phambi kukaJosefa.


Niphathe esandleni senu imali ephindwe kabili; nemali eyabuyiswa emlonyeni wezikhwama zenu, niyiphathe esandleni senu; mhlawumbe lokhu bekuyiphutha:


Wathatha isikhwama semali wahamba naye futhi uzobuyela ekhaya ngosuku olumisiwe.


Waselaya umlindi wendlu yakhe, wathi: Gcwalisani izikhwama zamadoda ngokudla, okungangokudla okungamandla awo, lemali yalowo lalowo uyifake emlonyeni wesikhwama sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite