Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Nilethe umfowenu omncane kimi; khona ngiyakwazi ukuthi anisizo izinhloli, kodwa ukuthi ningamadoda angempela; ngalokho ngiyakuhlenga wena, umfowenu, uhwebe ezweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 nilethe kimi umfowenu omncane; yikhona ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli kepha ningabaqotho, ngininike umfowenu, nihambe izwe.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Uma senimlethile umfowenu omncane kimi, ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli, nokuthi ningamadoda aqotho; ngakho-ke ngiyobe sengininika umfowenu nihambe naye kuleli lizwe.’ ”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:34
7 Referans Kwoze  

Niyakuhlala nathi, izwe libe phambi kwenu; hlalani nihwebe ngalo, nizuze impahla kulo.


Laba bathanda ukuthula kithi; ngalokho mabahlale ezweni, bahwebe kulo; ngoba izwe, bheka, likhulu ngokwanele phambi kwabo; masizithathele amadodakazi abo, siwanike amadodakazi ethu.


Yanquma isihloko samahlumela awo, yasiyisa ezweni lohwebo; wayibeka emzini wabathengisi.


Ngaphezu kwalokho, wayenabathengi nabathengisi beziqholo neyawo wonke amakhosi ase-Arabiya nakubabusi bezwe.


Kodwa lilethe kimi umfowenu olicinathunjana; ngakho amazwi enu ayakuqiniswa, futhi aniyikufa. Benza kanjalo.


Wayesethi u-Abimeleki: “Bheka, izwe lami liphambi kwakho; hlala lapho uthanda khona.


Niyakuvivinywa ngalokhu: Kuphila kukaFaro aniyikusuka lapha, uma umfowenu omncane engezi lapha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite