Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Indoda, inkosi yezwe, yakhuluma kabi kithi, yasithatha njengezinhloli zezwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 “Lowo muntu, inkosi yezwe, ukhulume kalukhuni kithina, wasishaya izinhloli zezwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 “Leya ndoda engumbusi wezwe ikhulume nathi ngesihluku, yasibiza ngezinhloli ezizohlola izwe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:30
4 Referans Kwoze  

UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla.


Bafika kuyise uJakobe ezweni laseKhanani, bamtshela konke okubehleleyo; ithi,


UJosefa wayesekhumbula amaphupho awaphupha ngabo, wathi kubo: “Niyizinhloli; ukubona ubuze bezwe oze kulo.


Thumani omunye wenu ukuba amlande umfowenu, wena uyakuba etilongweni, ukuze kuvivinywe amazwi akho ukuthi kukhona yini iqiniso kuwe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite