Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Base bethwesa izimbongolo zabo amabele, bamuka lapho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Base bethwesa izimbongolo zabo ngamabele abo, bamuka khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Bazethwesa izimbongolo zabo okusanhlamvu, base beqala uhambo lwabo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:26
5 Referans Kwoze  

Khona-ke uJosefa wayala ukuba izikhwama zabo zigcwalise ukolweni futhi babuyisele imali yomuntu ngamunye esikhwameni sakhe futhi babanike umphako wendlela; wenza njalo kubo.


Omunye wabo wavula isikhwama sakhe ukuba aphe imbongolo yakhe endlini yezihambi, wabheka imali yakhe; ngoba bheka, lalisemlonyeni wesikhwama sakhe.


Uma ningamadoda aqotho, omunye wabafowenu makaboshwe endlini yetilongo lenu; hambani, nithwale ukolweni ngendlala yezindlu zenu.


Kodwa lilethe kimi umfowenu olicinathunjana; ngakho amazwi enu ayakuqiniswa, futhi aniyikufa. Benza kanjalo.


Uzathembela kuye, ngoba amandla akhe makhulu? noma uzoshiya umshikashika wakho kuye na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite