Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Thumani omunye wenu ukuba amlande umfowenu, wena uyakuba etilongweni, ukuze kuvivinywe amazwi akho ukuthi kukhona yini iqiniso kuwe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Thumani omunye wenu, amlande umfowenu; nizakuboshwa, ukuze kuvivinywe amazwi enu ukuba iqiniso likini yini; uma kungenjalo, kuphila kukaFaro, niyizinhloli.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Thumelani omunye wenu ukuba amlande umfowenu. Nina nonke nizoboshwa ukuze kubonakale ukuthi enikushilo kuyiqiniso yini; uma kungenjalo, ngimfunge uFaro, niyizinhloli.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:16
4 Referans Kwoze  

Sonke singamadodana andodanye; singamadoda angempela, izinceku zakho azizona izinhloli.


Izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni inkosi yazo: “Ingabe ucabanga ukuthi uDavide uyamdumisa uyihlo lokhu ethumele abaduduzi kuwe na? UDavide akazithumanga yini kuwe izinceku zakhe ukuba ziwuhlole umuzi, ziwuhlole, ziwuchithe na?


Indoda, inkosi yezwe, yakhuluma kabi kithi, yasithatha njengezinhloli zezwe.


UJoshuwa indodana kaNuni wathuma amadoda amabili eShithimi ukuba abe yizinhloli ngasese, wathi: “Hambani nibone izwe laseJeriko.” Base behamba, bafika endlini yesifebe, uRahabi, balala khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite