Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Le ndaba yaba yinhle emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe zonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Leli zwi laba lihle emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe zonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Lezwakala liphusile lelo qhinga kuFaro nakuzo zonke izinceku zakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:37
10 Referans Kwoze  

Wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko zakhe, wamnika umusa nokuhlakanipha phambi kukaFaro inkosi yaseGibithe; wamenza umbusi phezu kweGibithe nendlu yakhe yonke.


Izwi elikhulunywe kahle linjengama-apula egolide asezithombeni zesiliva.


Ulimi lolungileyo lunjengesiliva elihle, inhliziyo yababi iyize.


Laze lafika izwi lakhe, izwi likaJehova lamvivinya.


U-Ahabi wakhuluma kuNaboti, wathi: “Nginike isivini sakho ukuba sibe yisivande semifino, ngokuba siseduze nendlu yami; futhi esikhundleni saso ngiyakukunika isivini esingcono kunalesi; noma uma kukuhle emehlweni akho, ngiyakukunika inani lakho ngemali.


Bonke abantu bakubona, kwaba kuhle emehlweni abo, ngokuba konke ekwenzayo inkosi kwaba kuhle emehlweni abantu bonke.


Kwathi uFinehasi umpristi nezinduna zenhlangano nezinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli ezazinaye bezwa amazwi abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nabantwana bakwaManase ababewakhulumile, kwaba kuhle emehlweni abo.


Lokho kudla kuyoba ukudla kwezwe iminyaka eyisikhombisa yendlala eyoba khona ezweni laseGibhithe; funa izwe libhujiswe yindlala.


UFaro wasesithi ezincekwini zakhe: Singamthola yini onjengalo, umuntu onoMoya kaNkulunkulu?


Kwasekuzwakala umbiko endlini kaFaro, kwathiwa: “Abafowabo bakaJosefa bafikile, kwaba kuhle emehlweni kaFaro nezinceku zakhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite