Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 40:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa ngikhumbule, lapho kukuhambela kahle, ungibonise umusa, ungibize kuFaro, ungikhiphe kule ndlu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kepha ngikhumbule, nxa usuhlezi kahle, ungenzele umusa, ungibike kuFaro, ungikhiphe kule ndlu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Uze ungikhumbule uma izinto sezikuhambela kahle, ungenzele umusa, uliphathe igama lami kuFaro, ukuze ngiphume kule ndawo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 40:14
9 Referans Kwoze  

Manje fungani kimi ngoJehova, lokhu nginibonise umusa, ukuthi nani niyakuba nomusa endlini kababa, ninginike isibonakaliso esiqinisileyo;


Yathi kuJesu: “Nkosi, ngikhumbule, nxa usufike embusweni wakho.


Kepha hawukela amadodana kaBarizilayi wakwaGileyadi, abe phakathi kwabadla etafuleni lakho; ngoba beza kanjalo kimi lapho ngibalekela umfowenu u-Abisalomu.


Ubizwe uyisigqila na? ungakhathazeki, kepha uma ungakhululwa, kusebenzise kakhulu.


UDavida wasesithi: Kusele oyedwa yini wendlu kaSawuli ukuthi ngimenzele umusa ngenxa kaJonathani?


kungabi kini usizi noma isikhubekiso senhliziyo enkosini yami, ukuthi nichithe igazi ngeze, noma ukuthi inkosi yami iziphindisele; kepha uma uJehova enze okuhle enkosini yami, khumbula inceku yakho.


Kodwa phakathi kwezinsuku ezintathu uFaro uzaphakamisa ikhanda lakho, akubuyisele endaweni yakho; uyakubeka indebe kaFaro esandleni sakhe njengakuqala, usengumphathizitsha wakhe.


Induna yabaphathizitsha yasikhuluma kuFaro, yathi: Lamuhla ngicabanga iziphambeko zami;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite