Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Emva kwalokho umkankosi yakhe wabheka uJosefa; wathi: Lala lami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi emva kwalezo zinto umkankosi yakhe waphonsa amehlo kuJosefa, wathi: “Lala nami.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Emveni kwesikhathi umkaPotifari wamkhanuka, wathi kuye: “Lala nami.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:7
19 Referans Kwoze  

Esekusilethe kuye ukuba adle, wambamba, wathi kuye: “Woza ulale nami, dadewethu.”


Banamehlo agcwele ukuphinga, abangayeki esonweni; bekhohlisa imiphefumulo engazinzile: nenhliziyo efundiswe ukuhaha; izingane eziqalekisiwe:


Futhi okuphambene nalokho kukini kwabanye besifazane ebufebeni benu, kuyilapho kungekho muntu onilandela ukuze aphinge;


Ngokuba konke okusezweni, inkanuko yenyama, nenkanuko yamehlo, nokuzigabisa ngalokhukuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.


Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.


Kodwa njengowesifazana ophingayo, othatha izihambi esikhundleni sendoda yakhe!


Ngenza isivumelwano namehlo ami; pho kungani kufanele ngicabange incekukazi?


Wakha indawo ephakemeyo kuzo zonke izinhloko zemigwaqo, wenza ubuhle bakho baba yisinengiso, wavulela bonke abadlulayo izinyawo zakho, wandisa ubufebe bakho.


Ngakho izihlambi zanqandwa, akubangakho mvula yamuva; futhi wawunebunzi lesifebe, wala ukuba namahloni.


Ngakho wambamba, wamanga, wathi kuye ngobuso obunamahloni:


Ukuze unganiki abanye udumo lwakho neminyaka yakho kononya.


ukuze ukhulule kowesifazane wezizwe, kowezizwe othophayo ngamazwi akhe;


Susa amehlo ami angaboni okuyize; ungenze ngiphile endleleni yakho.


Amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle; bazithathela abafazi kubo bonke ababakhethayo.


Ndodana yami, lapho izoni zilinga, awuvumi.


Ngoba ngenxa yesifebe umuntu unikwa ucezu lwesinkwa, futhi umfazi ophingayo uzingela umphefumulo oyigugu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite