Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Inkosi kaJosefa yamthatha yamfaka etilongweni, indawo lapho iziboshwa zenkosi zaziboshwe khona; wayelapho etilongweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Inkosi kaJosefa yamthatha, yamfaka etilongweni, indawo lapho iziboshwa zenkosi zaziboshwa khona; waba khona etilongweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Umphathi wamthatha uJosefa, wamgquma ejele, lapho kwakuvalelwa khona iziboshwa zenkosi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:20
11 Referans Kwoze  

Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


Ngoba lokhu kuyabongeka, uba umuntu ngenxa kanembeza kuNkulunkulu ethwala usizi, ehlupheka ngokungafanele.


engihlupheka ngakho kuze kube sekuboshweni njengomenzi wokubi; kepha izwi likaNkulunkulu aliboshiwe.


Wasuswa etilongweni nasekwahlulelweni; futhi ngubani ongamemezela ubulili bakhe? ngoba waqunywa elizweni labaphilayo; ngenxa yesiphambeko sabantu bami washaywa.


Impela, ulaka lomuntu luyakudumisa;


Abanye balingwa ngokuhlekwa ngonya nangokubhaxabulwa, yebo, nangezibopho nokuboshwa;


Izikhulu zamthukuthelela uJeremiya, zamehlula, zamfaka etilongweni endlini kaJonathani umbhali, ngokuba zayenza itilongo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite