Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Esezwile ukuthi ngiphakamise izwi lami ngikhala, washiya ingubo yakhe kimi, wabaleka, wayikhiphela phandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 wathi ezwa ukuthi ngiphakamisa izwi lami ngimemeza, washiya ingubo yakhe kimi, wabaleka, wagijimela phandle.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 unele wezwa ngiphakamisa izwi lami ngimemeza, washiya ingubo yakhe eduze kwami, wabaleka, waphumela phandle.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:15
3 Referans Kwoze  

wabiza abantu bendlu yakhe, wakhuluma kubo, wathi: “Bhekani, usilethele umHeberu ukuba adlale ngathi; wangena kimi ukuba alale nami, futhi ngamemeza ngezwi elikhulu.


Wabeka ingubo yakhe kuye, yaze yafika inkosi yakhe ekhaya.


Baphenya ukungalungi; baphenya ngenkuthalo: umcabango ongaphakathi walowo nalowo nenhliziyo ujulile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite