Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami;” washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wamkhiphela phandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kepha washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wagijimela phandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 umkaPotifari wamdumela, wabamba ingubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kodwa uJosefa waphulukundlela, washiya isembatho sakhe ezandleni zakhe, wabaleka, waphumela phandle.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:12
16 Referans Kwoze  

Kepha balekela izinkanuko zobusha, kepha ulandele ukulunga, nokukholwa, nothando, nokuthula kanye nabakhuleka eNkosini ngenhliziyo emhlophe.


Bathandekayo, ngiyanincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo;


Ngase ngifumana okubaba kunokufa, owesifazane onhliziyo yakhe iyizingibe namanetha, nezandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyakuphunyuka kuyo; kodwa isoni siyakubanjwa yiyo.


Zisindise njengenyamazane esandleni somzingeli nanjengenyoni esandleni somcuphi.


Susa indlela yakho kuye, ungasondeli emnyango wendlu yakhe.


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Esakhuluma kuJosefa izinsuku ngezinsuku, akamlalelanga ukuba alale naye nokuba abe naye.


Kepha wala, wathi kumkankosi yakhe: “Bheka, inkosi yami ayikwazi okukimi endlini, futhi inginike konke enakho;


Ndodana yami, ungahambi nabo endleleni; nqamula unyawo lwakho endleleni yabo;


Lapho uSamuweli ephenduka ukuba ahambe, wabamba isiqephu sengubo yakhe, saklebhuka.


Ngaleso sikhathi uJosefa wangena endlini ukwenza umsebenzi wakhe; kwakungekho phakathi kwamadoda endlu.


Kwathi lapho ebona ukuthi ushiye ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka;


Esekusilethe kuye ukuba adle, wambamba, wathi kuye: “Woza ulale nami, dadewethu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite