Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 38:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngaleso sikhathi uJuda wehla kubafowabo, wangena nomuntu wase-Adulamu, ogama lakhe linguHira.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngaleso sikhathi uJuda wasuka kubafowabo, wehla, waya kumuntu wase-Adulamu ogama lakhe linguHira.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngaleso sikhathi uJuda wabashiya abafowabo, wayohlala nomuntu wase-Adulama okuthiwa nguHira.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 38:1
12 Referans Kwoze  

Kwathi ngolunye usuku u-Elisha wawelela eShunemi, lapho kwakukhona khona owesifazane omkhulu; wamcindezela ukuba adle isinkwa. Kwathi njalo lapho edlula, waphambukela khona ukuba adle isinkwa.


UDavide wayesesuka lapho, wabalekela emhumeni wase-Adulamu; kwathi abafowabo nawo wonke umndeni wakhe bekuzwa, behlela kuye khona.


Kodwa ngizaliletha indlalifa, wena owakhileyo eMaresa; uyofika e-Adulamu, inkazimulo ka-Israyeli.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


noJarimuthi no-Adulamu, noSogo no-Aseka,


Yekani iziwula niphile; uhambe ngendlela yokuqonda.


Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, beza kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu;


UJayeli waphuma ukumhlangabeza uSisera, wathi kuye: “Woza, nkosi yami, uze kimi; Ungesabi. Esengena naye etendeni, wamembathisa ingubo.


inkosi yaseLibina, eyodwa; inkosi yase-Adulamu, eyodwa;


Kwathi ngokuhamba kwesikhathi yafa indodakazi kaShuwa umkaJuda; uJuda eseduduzekile wakhuphukela kubagundi bezimvu zakhe eThimna, yena nomngane wakhe uHira wase-Adulamu.


UJuda wayesethumela izinyane lembuzi ngesandla somngane wakhe wase-Adulamu ukuba athathe isibambiso esandleni sowesifazane, kodwa akamtholanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite