Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Israyeli wamthanda uJosefa ngaphezu kwabo bonke abantwana bakhe, ngokuba wayeyindodana yobudala bakhe; wamenzela ingubo enemibala eminingi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha u-Israyeli wathanda uJosefa kakhulu kunabantwana bakhe bonke, ngokuba wayeyindodana yobuxhegu bakhe; wamenzela ingubo enemikhono emide.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 U-Israyeli wayemthanda uJosefa kunawo wonke amadodana akhe, kwazise wayemthole esemdala. Wamthungela ingubo enemikhono emide.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:3
10 Referans Kwoze  

Wayembethe ingubo emibalabala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqokiswa ngale ndlela. Inceku yakhe yamkhiphela phandle, yahluthulela umnyango ngemva kwakhe.


Bayithumela ingubo enemibala, bayiyisa kuyise; yathi: “Siyitholile; yazi manje ukuthi iyisambatho sendodana yakho noma qha.


UJosefa esefikile kubafowabo, bamhlubula uJosefa ingubo yakhe, ingubo yakhe enemibala eyayimbethe;


UYise uyayithanda iNdodana, njalo unikele zonke izinto esandleni sayo.


Wathatha ezinye zezingubo zakho, wahlobisa izindawo zakho eziphakemeyo ngemibala eminingi, wafeba kuzo; izinto ezinjalo aziyikufika, futhi aziyikuba njalo.


Abagijimanga yini? abahlukanisanga impango; kuwo wonke amadoda intombazane noma amabili; kuSisera impango yemibala yonke, impango yawo wonke amathunga, imibala ethungayo nhlangothi zombili, izintamo zabaphangayo na?


Base bethatha ingubo kaJosefa, bahlaba izinyane lembuzi, bacwilisa ingubo egazini;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite