Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 UJuda wasesithi kubafowabo: Kuzasizani ukuthi sibulale umfowethu, sifihle igazi lakhe?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wayesethi uJuda kubafowabo: “Kuyakusizani, uma simbulala umfowethu, sifihle igazi lakhe, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 UJuda wathi kubafowabo: “Siyozuzani ngokubulala umfowethu, bese sifihla igazi lakhe na?

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:26
16 Referans Kwoze  

Wozani manje simbulale, simphonse emgodini othile, sithi: ‘Udliwe yizilwane ezimbi, sibone ukuthi ayakuba yini ngamaphupho akhe.’


Wathi: “Wenzeni na? izwi legazi lomfowenu limemeza kimi lisemhlabathini.


Benazithelo zini ngaleso sikhathi ngalezo eninamahloni ngazo manje na? ngoba isiphetho salezozinto yikufa.


Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


Ngokuba igazi lawo likuwo; wayibeka esiqongweni sedwala; akaliphonsanga phansi ukuze alisibekele ngothuli;


Kepha kwafunyanwa amadoda ayishumi phakathi kwalawo athi ku-Ishmayeli: “Ungasibulali, ngokuba sinengcebo endle: ukolweni, nebhali, namafutha, nezinyosi.” Futhi wayishiya futhi akababulalanga phakathi kwabafowabo.


Kunanzuzoni egazini lami, uma ngehlela emgodini na? Ingabe uthuli luyokudumisa? ingabe izomemezela iqiniso Lakho?


O mhlaba, ungasimbozi igazi lami, nokukhala kwami makungabi nandawo.


UDavida wasesithi kuye: Igazi lakho liphezu kwekhanda lakho; ngoba umlomo wakho ufakazile ngawe, wathi: Mina ngibulele ogcotshiweyo weNkosi.


Uma kuphakama icala kini elinzima kakhulu enkantolo, phakathi kwegazi negazi, naphakathi kokunxusa nokunxusa, naphakathi kokushaywa nokushaywa, okuyindaba yombango phakathi kwamasango enu; khona-ke uyakusukuma, ukhuphukele endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha;


Wayesethi u-Esawu: “Bheka, sengizakufa; kanti lobuzibulo buzongisiza ngani?


Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


Base bethi omunye komunye: “Impela sinecala ngomfowethu, ngokuba sabona usizi lomphefumulo wakhe lapho esincenga, kepha asilalelanga; ngakho-ke lolu sizi lusehlele.


Kepha nina, nangicambela okubi; kepha uNkulunkulu wakuceba kwaba kuhle ukuba kwenziwe, njenganamuhla, ukugcina abantu abaningi bephila.


Kodwa u-Elinathani loDelaya loGemariya bakhuleka enkosini ukuthi ingawutshisi umqulu, kodwa kayibalalelanga.


INkosi yasisithi kuKayini: Ungaphi umfowenu uAbela? Wathi: “Angazi: Ngingumlindi womfowethu na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite