UGenesise 37:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 Bahlala phansi ukuba badle isinkwa, baphakamisa amehlo abo, babheka, bheka, kwafika isixuku sabakwa-Ishmayeli bevela kwaGileyadi namakamela alo ethwele izinongo, nebhalisamu, nomure, behlela ukukwehlisela eGibithe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Bahlala phansi ukuba badle isinkwa; baphakamisa amehlo abo, babona; bheka, kwafika ihele labakwa-Ishmayeli livela kwaGileyadi, linamakamela alo ethwele inhlaka nebhalisamu* nemure,* likwewusela eGibithe. Gade chapit laIsiZulu 202025 Bahlala phansi, badla; kuthe bephakamisa amehlo, babona ihele labakwa-Ishmayeli liqhamuka kwaGileyadi, amakameli abo ethwele inhlaka, nebhalisamu, nemure, bekwehlisela eGibhithe. Gade chapit la |