Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UJosefa esefikile kubafowabo, bamhlubula uJosefa ingubo yakhe, ingubo yakhe enemibala eyayimbethe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi uJosefa esefike kubafowabo, bamkhumula ingubo yakhe, leyo ngubo enemikhono emide ayeyigqokile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Uthe lapho uJosefa efika kubafowabo, bamhlubula ingubo yakhe ayeyigqokile embalabala, enemikhono emide.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:23
8 Referans Kwoze  

Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu.


Base bethi omunye komunye: “Impela sinecala ngomfowethu, ngokuba sabona usizi lomphefumulo wakhe lapho esincenga, kepha asilalelanga; ngakho-ke lolu sizi lusehlele.


U-Israyeli wamthanda uJosefa ngaphezu kwabo bonke abantwana bakhe, ngokuba wayeyindodana yobudala bakhe; wamenzela ingubo enemibala eminingi.


Bahlukaniselana izingubo zami, benzelana inkatho ngezambatho zami.


URubeni wathi kubo: “Ningachithi gazi, kepha mphonseni kulo mthombo osehlane, ningabeki isandla kuye; ukuze amkhulule esandleni sabo, ambuyisele kuyise.


Bamthatha, bamphonsa emthonjeni; umthombo wawungenalutho, kungekho manzi kuwo.


Wayembethe ingubo emibalabala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqokiswa ngale ndlela. Inceku yakhe yamkhiphela phandle, yahluthulela umnyango ngemva kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite