Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abafowabo bahamba bayakwelusa izimvu zikayise eShekemi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abafowabo baya ukwalusa umhlambi kayise eShekemi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngelinye ilanga abafowabo bakaJosefa bahamba nomhlambi kayise beyowelusela eShekhemu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:12
7 Referans Kwoze  

UJakobe wahlala ezweni uyise ayegogobele kulo, ezweni laseKhanani.


UJakobe wafika eSalema, umuzi wakwaShekemi, osezweni laseKhanani, ekuphumeni kwakhe ePhadani Aramu; wamisa itende lakhe phambi komuzi.


Abafowabo basebemhawukela; kodwa uyise waligcina ilizwi.


UIsrayeli wasesithi kuJosefa: Abafowenu abafuyi yini umhlambi eShekema? woza, ngizakuthuma kubo. Wathi kuye: “Ngilapha.”


kwafika abanye bevela eShekemi, eShilo naseSamariya, abantu abangamashumi ayisishiyagalombili, bephucile, nezingubo zabo ziklebhukile, bezisikile, bephethe iminikelo nempepho ezandleni zabo, ukuba balethe endlini kaJehova.


nithi: ‘Umsebenzi wezinceku zakho kwasebusheni bethu kuze kube manje wawunezinkomo, thina nawobaba, ukuze nihlale ezweni laseGosheni; ngoba bonke abelusi bayisinengiso kwabaseGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite