Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wasebalandisa uyise labafowabo; uyise wamkhuza wathi kuye: Liphupho lini leli oliphuphileyo? Ingabe mina nonyoko kanye nabafowenu sizofika ngempela ukuze sikhothame phambi kwakho emhlabeni?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wabalandisa uyise nabafowabo; uyise wamsola, wathi kuye: “Yiphupho lini leli oliphuphileyo na? Impela mina nonyoko nabafowenu siyakuza, sikukhothamele emhlabathini na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Wamlandisa noyise njengoba enze kubafowabo, kodwa uyise wamthethisa, wathi kuye: “Phupho lini leli oliphuphileyo na? Usho ukuthi unyoko nami nabafowenu siyokuza sikukhothamele na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:10
8 Referans Kwoze  

Abantu mabakukhonze, izizwe zikhothame phambi kwakho; phatha abafowenu, amadodana kanyoko akhothamele; uqalekisiwe okuqalekisayo, ubusisiwe okubusisayo.


Amadodana abakucindezelayo ayakuza kuwe ekukhothamela; bonke abakudelelayo bayakukhothama phambi kwamathe ezinyawo zakho; bayakukubiza ngokuthi uMuzi kaJehova, iSiyoni loNgcwele ka-Israyeli.


Ngokuba bheka, besibopha izithungu ensimini, bheka, isithungu sami savuka, saqonda; bheka, izithungu zenu zema nxazonke, zakhothama phambi kwesithungu sami.


Waphupha elinye iphupho, walitshela abafowabo, wathi: “Bhekani, ngiphuphe elinye iphupho; bheka, ilanga nenyanga nezinkanyezi eziyishumi nanye kukhothama phambi kwami.


UJosefa esengenile endlini, amngenisa endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi phambi kwakhe.


Bathi: “Inceku yakho ubaba iphilile, isekhona; Bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.


UJuda nabafowabo bangena endlini kaJosefa; ngoba wayeselapho, bawa phansi phambi kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite