Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 36:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Lawa angamadodana kaRehuweli, indodana ka-Esawu; isikhulu esinguNahati, isikhulu esinguSeraki, isikhulu esinguShama, isikhulu esinguMisa; zizo ezo izikhulu zakwaRehuweli ezweni lakwaEdom; lawo angamadodana kaBashimati umkaEsawu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Lawa angamadodana kaRehuweli indodana ka-Esawu: ngumnumzane uNahati, nomnumzane uZera, nomnumzane uShama, nomnumzane uMiza; yilabo abangabanumzane abavela kuRehuweli ezweni lakwa-Edomi; yilawo angamadodana kaBasemati umka-Esawu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Lawa ngamadodana kaRuweli, indodana ka-Esawu, isikhulu uNahathi, uZera, uShama, nesikhulu uMiza. Yilezo-ke izikhulu ezazalwa nguRuweli kwa-Edomi. Zaziyizizukulwane zika-Bhasematha.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 36:17
6 Referans Kwoze  

Amadodana kaRehuweli; noNahati, noSeraki, noShama, noMisa.


Lawa angamadodana kaRehuweli; oNahati, noSeraki, noShama, noMisa; labo babe ngamadodana kaBashimati umkaEsawu.


UAda wamzalela u-Esawu u-Elifazi; uBasemati wazala uRehuweli;


U-Esawu wayeneminyaka engamashumi amane ekuthatheni kwakhe uJuditi indodakazi kaBeri umHeti noBasemati indodakazi ka-Eloni umHeti.


nomnumzane uKora, nomnumzane uGathamu, nomnumzane u-Amaleki; lezi zizikhulu ezaphuma ku-Elifazi ezweni lakwa-Edomi; labo babe ngamadodana ka-Ada.


Lawa angamadodana ka-Oholibama umka-Esawu; isikhulu esinguYehu, isikhulu esinguYalam, isikhulu esinguKora; zizo ezo izikhulu zakwa-Oholibhama, indodakazi ka-Ana, umkaEsawu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite