Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 36:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wazala u-Elifazi u-Amaleki. Lawa angamadodana ka-Ada umka-Esawu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wamzalela u-Elifazi u-Amaleki; yilawo angamadodana ka-Ada umka-Esawu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UThimna owayeyisancinza sika-Elifazi, wamzalela indodana okuthiwa ngu-Amaleki. Laba babeyisizukulwane sika-Ada, umka-Esawu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 36:12
10 Referans Kwoze  

Awuyikunengwa umEdomi; ngoba ungumfowenu; ungamzondi umGibhithe; ngoba wawungowemzini elizweni lakhe.


Amadodana kaLothani ayengoHori noHemamu; udadewabo kaLothani kwakunguThimna.


Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.


Amadodana ka-Elifazi; uThemani, no-Omari, noZefi, noGathamu, noKenazi, noThimna, no-Amaleki.


Amadodana ka-Elifazi: ngoThemani, no-Omari, noSefo, noGathamu, noKenazi.


Lawa angamadodana kaRehuweli; oNahati, noSeraki, noShama, noMisa; labo babe ngamadodana kaBashimati umkaEsawu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite