Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 36:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Amadodana ka-Elifazi: ngoThemani, no-Omari, noSefo, noGathamu, noKenazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Amadodana ka-Elifazi ayengoThemani, no-Omari, noSefo, noGathamu, noKenazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Amadodana ka-Elifazi kwakunguThemane, u-Omari, uZefo, uGathamu noKhenazi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 36:11
7 Referans Kwoze  

Lawa angamagama amadodana ka-Esawu: uElifazi, indodana ka-Ada, umka-Esawu, noRehuweli, indodana kaBasemati, umka-Esawu.


UThimna wayeyisancinza sika-Elifazi indodana ka-Esawu; wazala u-Elifazi u-Amaleki. Lawa angamadodana ka-Ada umka-Esawu.


Kwathi abangane bakaJobe abathathu bezwa ngakho konke lokhu okubi okumehleleyo, bafika, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe; uElifazi umThemani, noBhilidadi umShuhi, noSofari umNahama; ngoba benza isivumelwano sokudabuka kanye lokumduduza.


Ngo-Edomi, usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Akusekho ukuhlakanipha eThemani na? icebo labahlakaniphileyo libhubhile na? ukuhlakanipha kwabo sekuphelile?


Amaqhawe akho, Themani, ayakwethuka, ukuze zonke izintaba zakwa-Esawu zinqunywe ngokubulawa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite