Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 35:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kwathi u-Israyeli esehlala kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wakuzwa lokho. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Kwathi u-Israyeli esehleli kulelo lizwe, uRubeni walala noBhiliha isancinza sikayise. Uyise u-Israyeli wezwa ngaleyo ndaba. UJakobe wayenamadodana ali-12.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 35:22
36 Referans Kwoze  

Oonyana bakaRubeni izibulo lika-Israyeli, ngokuba wayelizibulo; kepha ngenxa yokuthi wangcolisa umbhede kayise, ubuzibulo bakhe banikwa amadodana kaJosefa indodana ka-Israyeli; ubuzibulo.


Ungalimbuli ihlazo lomkayihlo; kuyihlazo likayihlo.


Kuyazwakala ukuthi kukhona ubufebe phakathi kwenu;


UDavide wafika endlini yakhe eJerusalema; inkosi yathatha abesifazane abayishumi ezancinza zayo eyayibashiyile ukuba balinde indlu, yabafaka esitokisini, yabagcina, kepha ayingenanga nabo. Ngemva kwalokho baboshwa kwaze kwaba usuku lokufa kwabo, kuyilapho bona bengabafelokazi.


Ugange lomuzi lwalunezisekelo eziyishumi nambili, nakuzo amagama abaphostoli abayishumi nambili beWundlu.


Wasemnika isivumelwano sokusoka; ngakho u-Abhrahama wazala u-Isaka, wamsoka ngosuku lwesificaminwembili; u-Isaka wazala uJakobe; uJakobe wazala okhokho abayishumi nambili.


Kwathi umphefumulo wakhe usaphuma, ngokuba wafa, waqamba igama layo ngokuthi uBenoni; kepha uyise wayiqamba ngokuthi uBenjamini.


Kwasekuphuma umuntu wendlu kaLevi, wathatha indodakazi kaLevi.


Kuqala kwasuka ibhanela lekamu labantwana bakwaJuda ngamabandla abo; phezu kwebutho lakhe kwakunguNashoni indodana ka-Aminadaba.


Lawa angamagama abo: esizweni sakwaRubeni: nguShamuwa indodana kaSakuri.


Bamelwe ukuma entabeni yaseGerizimu ukuze babusise abantu lapho niwela iJordani; oSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noJosefa, noBenjamini;


Uqalekisiwe olala nomkayise; ngoba usembulile isembatho sikayise. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Kwa-Efrayimi kwakukhona impande yabo kuma-Amaleki; emva kwakho, Bhenjamini, phakathi kwabantu bakho; kwaMagiri kwaphuma ababusi, nabakwaZebuloni abaphatha usiba lombhali.


U-Eli wayesemdala kakhulu, wezwa konke amadodana akhe akwenzayo ku-Israyeli wonke; nokuthi balala kanjani nabesifazane ababebuthene ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Kodwa inkosi uDavide isizwile ngazo zonke lezi zinto yathukuthela kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite