Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 33:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wasedlula phambi kwabo wakhothamela emhlabathini kasikhombisa waze wasondela kumfowabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yena uqobo wadlulela phambi kwabo, wakhothamela emhlabathini kasikhombisa, waze wafika kumfowabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Yena siqu wahamba phambili, ehamba ekhothama ngobuso emhlabathini kwaze kwaba kasikhombisa, waze wafika kumnewabo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 33:3
12 Referans Kwoze  

UJosefa wayengumbusi wezwe, wayethengisa kubo bonke abantu bezwe; bafika abafowabo bakaJosefa bakhothama phambi kwakhe ubuso babo bubheke phansi.


Waphakamisa amehlo akhe, wabona, bheka, amadoda amathathu emi ngakuye; kwathi ewabona, wagijima ukuwahlangabeza esuka emnyango wetende, wakhothamela phansi.


UJosefa esengenile endlini, amngenisa endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi phambi kwakhe.


Ngokuba yilowo nalowo oziphakamisayo uyakuthotshiswa; lalowo ozithobayo uzaphakanyiswa.


Njengokuba uBaba uyangazi, nami ngiyamazi uBaba, futhi ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu.


Nxa esezikhiphile ezakhe izimvu, uhamba phambi kwazo, nezimvu zimlandele, ngokuba ziyalazi izwi lakhe.


Uma umoya wombusi ukuvukela, ungashiyi indawo yakho; ngoba lishweleza iziphambeko ezinkulu.


Yenza lokhu manje, ndodana yami, uzisindise, uma uwe esandleni somngane wakho; hamba, zithobe futhi uqinisekise umngane wakho.


Ababesuthi bazithengisela isinkwa; abalambileyo banqamuka, oyinyumba wazala abayisikhombisa; laye owayelabantwana abanengi waba buthakathaka.


Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.


UJosefa wayesebakhiphela phakathi kwamadolo akhe, wakhothamela ubuso bakhe emhlabathini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite