Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 33:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngasemuva, oRaheli noJosefa ngasekugcineni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wabeka izancinza nabantwana bazo phambili, kwalandela uLeya nabantwana bakhe, kwagcina uRaheli noJosefa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 33:2
8 Referans Kwoze  

Bayakuba ngabami, usho uJehova Sebawoti, ngalolo suku lapho ngenza khona amatshe ami aligugu; futhi ngizobayeka njengoba umuntu ehawukela indodana yakhe emkhonzayo.


U-Israyeli wamthanda uJosefa ngaphezu kwabo bonke abantwana bakhe, ngokuba wayeyindodana yobudala bakhe; wamenzela ingubo enemibala eminingi.


Naye wangena noRaheli, wathanda uRaheli kunoLeya, wakhonza naye eminye iminyaka eyisikhombisa.


UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabona, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela uLeya noRaheli nezincekukazi zombili.


Wasedlula phambi kwabo wakhothamela emhlabathini kasikhombisa waze wasondela kumfowabo.


Unyoko uyakuba namahloni kakhulu; uyakujabha owakuzalayo; bheka, ekugcineni kwezizwe kuyakuba yihlane, izwe elomileyo, nogwadule.


ULabani wayenamadodakazi amabili, igama lenkulu lalinguLeya, igama lencinyane lalinguRaheli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite